ST Communications2024-03-252024-03-252023-10-02https://africarxiv.pubpub.org/pub/zmn4a9knhttps://africarxiv.ubuntunet.net/handle/1/1417https://doi.org/10.60763/africarxiv/1358https://doi.org/10.60763/africarxiv/1358https://doi.org/10.60763/africarxiv/1358Zulu translation of DOI: 10.1007/978-3-319-76222-7_5Abesifazane badlala indima ebonakalo kwezolimo nasekuphepheni kokudla. Nokho, ukubandakanyeka kwabesifazane ekuhlolweni kwasemapulazini kobuchwepheshe bezolimo kuphansi. Kulolu cwaningo, ulwazi luqoqwe ngohlu lwemibuzo ehlelwe kahle yanikwa abesifazane abangabalimi abawu-80 ohlelweni lwasemapulazini lokubheka ummbila okwazi ukumelana nesomiso(DT) eNingizimu neSavannah yaseGini(SGS) indawo ebekelwe ezolimo eNayjeriya. Ucwaningo luveze ukuthi bonke abalimi besifazane bashadile, u-23% wabo awuyanga esikoleni nokuthi iminyaka yabo ihamba ko-43. Abalimi besifazane babeke loluhlobo lommbila (DT) njengoluyikhethelo kuzo zonke izindawo. Ngkho ke, kuyalwa ukuthi abalimi besifazane kumele babe yingxenye yokuthuthukiswa nokuhlolwa kobuchwepheshe bezolimo ukuze kuqinisekiswe ukuphepha kokudla kube nokukhula kahle ngokusimama emikhiqizweni yezolimo.otherAbesifazaneEzolimoUkubandakanyekaFakani abalimi besifazane uma kuthuthukiswa futhi kuhlolwa ummbila omelana nesomiso