UbuntuNet-Connect2024 Registration Now Open: https://ubuntunet.net/uc2024
 

Fakani abalimi besifazane uma kuthuthukiswa futhi kuhlolwa ummbila omelana nesomiso

dc.contributor.authorST Communications
dc.date.accessioned2024-03-25T14:08:10Z
dc.date.available2024-03-25T14:08:10Z
dc.date.issued2023-10-02
dc.descriptionZulu translation of DOI: 10.1007/978-3-319-76222-7_5
dc.description.abstractAbesifazane badlala indima ebonakalo kwezolimo nasekuphepheni kokudla. Nokho, ukubandakanyeka kwabesifazane ekuhlolweni kwasemapulazini kobuchwepheshe bezolimo kuphansi. Kulolu cwaningo, ulwazi luqoqwe ngohlu lwemibuzo ehlelwe kahle yanikwa abesifazane abangabalimi abawu-80 ohlelweni lwasemapulazini lokubheka ummbila okwazi ukumelana nesomiso(DT) eNingizimu neSavannah yaseGini(SGS) indawo ebekelwe ezolimo eNayjeriya. Ucwaningo luveze ukuthi bonke abalimi besifazane bashadile, u-23% wabo awuyanga esikoleni nokuthi iminyaka yabo ihamba ko-43. Abalimi besifazane babeke loluhlobo lommbila (DT) njengoluyikhethelo kuzo zonke izindawo. Ngkho ke, kuyalwa ukuthi abalimi besifazane kumele babe yingxenye yokuthuthukiswa nokuhlolwa kobuchwepheshe bezolimo ukuze kuqinisekiswe ukuphepha kokudla kube nokukhula kahle ngokusimama emikhiqizweni yezolimo.
dc.identifier.urihttps://africarxiv.pubpub.org/pub/zmn4a9kn
dc.identifier.urihttps://africarxiv.ubuntunet.net/handle/1/1417
dc.identifier.urihttps://doi.org/10.60763/africarxiv/1358
dc.identifier.urihttps://doi.org/10.60763/africarxiv/1358
dc.identifier.urihttps://doi.org/10.60763/africarxiv/1358
dc.language.isoother
dc.subjectAbesifazane
dc.subjectEzolimo
dc.subjectUkubandakanyeka
dc.titleFakani abalimi besifazane uma kuthuthukiswa futhi kuhlolwa ummbila omelana nesomiso

Files

Original bundle
Now showing 1 - 1 of 1
Loading...
Thumbnail Image
Name:
b6b3945e-4c13-4259-8652-ee9a9b5950bc.pdf
Size:
37.6 KB
Format:
Adobe Portable Document Format
License bundle
Now showing 1 - 1 of 1
No Thumbnail Available
Name:
license.txt
Size:
1.72 KB
Format:
Item-specific license agreed to upon submission
Description: