I-X-ray ebona izinto ezincane kakhulu ingasetshenziswa ukwenza imephu yezitho zezinambuzane ezincane
Loading...
Date
2023-10-07
Journal Title
Journal ISSN
Volume Title
Publisher
Abstract
Ukulinganisa izakhiwo zokuphefumula kwezinambuzane kanye nokuhluka kwazo kusalokhu kuyinselele ngenxa yobukhulu bazo obuncane kakhulu. Lapha sikala ivolumu yoqhoqhoqho lwezinambuzane sisebenzisa i-X-ray micro-tomography (µCT) ukuhlola (ekulungisweni okungu-15 µm) ezibungwini eziphilayo, ezithulile zebhungane le-cerambycid Cacosceles newmannii kosayizi bemizimba ehlukene. Kuleli phepha sinikeza imininingwane egcwele yevolumu kanye namamodeli e-3D ezipopolo ezingu-12, ehlinzeka ngemininingwane emisha yokuphindaphinda kokuhlaziywa kwezithombe kanye nomehluko wesici se-tracheal wesakhiwo ohlinzekwa ngezindlela ezihlukene zokuhlukanisa izithombe. Imininingwane inikezwa lapha ngezifunda zomzila we-tracheal ezihlukaniswe ngamamodeli we-3D.
Description
Zulu translation of DOI: 10.31730/osf.io/2urxf
Keywords
Ukulinganisa, Izakhiwo, I-X-ray micro-tomography